Impilo Yemifino - Indlela Yokusiza Ukusindisa Abantu... #686531

di Owen Jones

Tektime

(Ancora nessuna recensione) Scrivi una recensione
7,99€

Leggi l'anteprima

Ukudla imifino bekuyifilosofi yokupheka eskhathini sezinkulungwane zeminyaka yesikhathi esedlule kodwa hhayi kakhulu ngase Ntshonalanga. Ize yaqala ukubuya ekuqaleni kwekhulu lamashumi nambili. Ukudla imifino yathathwa kwi Hippy Movement eminyakeni kweyamashumi ayisithupha nayisikhombisa edlule ngoba omunye wabo wathola ugqozi oluvela eMpumalanga elaliphuma ikakhulukazi kuBuddha. Izingane zalawo ma-hippie zaqhubeka nempilo yazo le abazali ababagxilisa kuyo futhi zayidlulisele ezinganeni zazo. Namuhla ambalwa kakhulu amadolobhana noma mancane ekungathiwa awanayo indawo yokudlela ukudla kwemifino. Lena akuyona incwadi yokupheka, nakuba ixoxa ngokudla kwemifino futhi inikeza izibonelo ezimbalwa zokupheka. Iyincwadi yalabo abafuna ukwazi umvuzo ngokudla imifino ukuze bezokwazi uqonda kangcono umunyakazo, abangani babo namalungu omndeni lawa adla imifino. Ngiyathemba ukuthi ulwazi oluqhukethwe ilencwadi uzolithola luwusizo futhi lunenzuzo. Ulwazi olukule ebook mayelana nemifino nezihloko ezihlobene nalo luhlelwe lwaba izahluko eziyi-shumi amabili nesithupha kanti amagama aphakathi kwamakhulu amahlanu kuya kumakhulu ayisithupha amagama ngalinye. Ibhonasi ukuthi ngikunikeza imvume yokusebenzisa okuqukethwe ukufake kuwebhusayithi yakho noma kumabhulogi akho kanye nencwadi yezindaba kanti futhi kunga ngcono uma uzibhala kabusha ngamagama akho kuqala.

PUBLISHER: TEKTIME
Aggiunta al carrello in corso… L'articolo è stato aggiunto

Con l'acquisto di libri digitali il download è immediato: non ci sono costi di spedizione

Altre informazioni:

ISBN:
9788835448716
Formato:
ebook
Editore:
Tektime
Anno di pubblicazione:
2023
Dimensione:
246 KB
Protezione:
nessuna
Lingua:
Altre lingue
Autori:
Owen Jones